3 Responses
You are fire
Lalie_de_darkie · 3 years ago
Mfo kaNyandeni, ugalelekile Uthelekile Ufikile ngempela Uwachitha achitheke Amazwi obumbongi owachithe Agelezele ezindlebeni zabezwayo Ayakhuluma, axoxe, aqinise, ayale aze asole Ngiwafundisise kahle ngiwafundile Kwangathi la agelezela khona angeke adle izindwani kuphela kodwa avundise akhulise emva kwawo Uqhubeke uyimpophoma yosiba nephepha Ukhiqize amazwi aqabulayo aphilisayo Ahlumise aze akhulise ulwazi esintwini sonke! Uyinkosana mfo kaZweli, ngiguqa ngililodwa!
13MsezaneS · 3 years ago
Ayyy bhuti yayishaya into yakho 🔥Keep it up Awe....
Stufuza fuze · 3 years ago