Abalingiswa baningana kepha ngokufunda uqhubeka nendaba uzokwazi ukuqonda kuba bangobani.
Kulundebha Sbongimpilo uqoqa impilo yakhe uyayilungisa kwazise ekhaya bamamukele kahle. Kunemfihlo anayo ayethulela abazali bakhe, ngapha Zanokuphila ukhathazekile ngephupho abenalo.
Sithola u-Sbongimpilo ebhala incwadi kodwa engasayibhaleli uSebenzile seyibhalela omunye umuntu. Kazi uzoyiphendula yini; Funda uzizwele.