Kusemini bayazihambela bese Kuma imoto eduze kwabo banganaki baqhubeke bahambe bamiswe ophilmbo lowesimame obamemezayo Uma bephenduka bembheka bathola ukuthi uSebenzile nesoka lakhe. Babingelelane Kube kuhle ajabule Sbonga nokumbona ngoba sekunesikhashana engamboni. “Ubekwa yini lapha” kubuza Mandla bese Sbonelo embuka aphendule athu “Haw ndoda yamadoda wabuza ibhasi ibhaliwe ubekwa imoto akafani nani akadwanguzi ngezinyawo ashiswe ilanga” bahleke bangafuni ukumnaka. “Bafowethu isithandwa Sami lesi, iphakade Lami uSbonelo Mlotshwa he is an accountant at St Claire’s hospital where I work as a dietitian for you know a rich woman deserves a wealthy man” kusho Sebenzile.

Uqinisile lapho nenqola yenu yinhle ngempela iyakhombisa ukuba nisebenza ngokuzikhandla ngiyanihalalisela” kusho Sibongimpilo. “Kanti nawe nje bengaba nje Kuba uyazumisela usebenze ngokuzimisela ngomqondo ovulekiyo ungaphileli omanje ucabangele iphambili lakho” kusho uSebenzile ebhekise kuSbongimpilo bese qhuba ngokuthi ” masodinga ukuwashelwa izomonto sizosho bese siziletha kini nisiwashele khona nizokwazi ukuthenga ugwayi nosikwa nizolala nidlekahle”. Ahleke Mandla besethi “nyokuhamba isikhashana nje subuya bukelsna phansi hhayi unamahlaya inkosi mpela”.

“Kanti lutho usho iqiniso phela thina siyathanda ukusiza, mfowethu Sbonga angazi ngabonga ngani nyokungakhela umfazi wami iziwila esinjengawe ziyadingeka okungiphathakabi nje ukuthi isidala sakhe uHobo ngicabanga nokuthi uyanuka nokunuka” kusho Sbonelo baphele insini benoSebenzile.

“Sebenzile iyona ndlela obonga ngayo Sbonga lena, wakwenzani embi uzubukisa ngaye kanjena uhlulwa yini kushaya ngathi awumboni” kubuza Mandla. “Darling it because ungibambezele futhi akwenzile akacelwanga muntu wenza ngoba ethanda Kanti futhi usazothola omunye azomsiza bese eyabona kuthi ikusasa alikho kuye uyindonda ngoba uchama Emile ugqoka amabhulukwe Kahle Kahle ungumuntu wesimame ngoba iyazi yonke imisebenzi yasendlini yazi while we were together angikhumbuli ngipheka kwakuyena nje njalo mina Mandla nginguwe ngabe ngiyamlobola ngenze ngathi ntombazane kusho Sebenzile.

“Okungcono Bantu bebkosi godukani manje senisho okwanele” kusho Mandla ubuna Kuba seqala ukucasuka. Mandla ungumuntu obakhonze kakhulu Bantu asondelene nabo akafuni lutho ngabo ungumuntu onotgando. “Bafowethu ngizoniqasha ngongenzele ingadi sibone ukuthi siniphani nkosi yami, kodwa Nani nibukeka nilambile” kusho Sbonelo.

” Sibongile ukunibona nihamve Kahle mina ngisaphuthuma ekhaya lude usuku lwakusasa ngakhoke ngiyakudinga kuphumula” kusho Sibongimpilo. Wavale wehlisa Moya wakhombisa uthando mekhuluma nabo kwabona babethukilw yize bemchukuluza kepha ngoba wasehlangene nomuntu osemfundise ukubhekana nentukutheli yakhe konke kwabalula naye Mandla wayezibuza kuthi kwenzenjani kodwa wabuye wathula. “Usahamba nje ngicela uthathe lolavoco lwe furniture yakho ekhaya uyise lapha emjondolo wakho” kusho Sebenzile. “Ngicela uyithathe uphisaNe ngayo noma uyilahle nawe uyazi umjondolo wami ngeke ukwazi ukuhlala Yona muncane kakhulu” kusho Sbonga ngokukhulu kumamatheka. “Hambani zilambi vele ezinye ezifanani zinilindile” kusho Sbonelo nangempela bahambe bezixoxela engathi akukho okwenzekile.

USebenzile nesoka lakhe bathukuthela bagana unwabu bezibuza beziphendula Kuba kungani engakhali, engadumali base bebona kungcono kuthi bakhulumisane naye ahambe ayohlala kwenyindawo ” ngempela Zile angeke sikwazi kuphefumula Moya owodwa naye” kusho Sbonelo. Igama uZile wayevame kumbiza ngalo Sbonelo engafuni kumbiza ngoSebe njengabantubonke.

*Njengoba suthe kuyifunda Funda indaba ngikubona kwakho Sbonelo Beno Sebenzile nabantu abangani?*