Yisekuseni endaweni Yasedolobheni ethekwini “kwamashu” sekuphele 9yrs wonke lomndeni Waka Mthiyane uhamba uqasha emizini yabantu ,kanti nempilo ayikho kahle ekhaya ngoba umama usebenza emakhishini.
umam Mthiyane unezingane ezimbili “uThobek Kanye noAyanda”bayalamana Umama kathobeka uyavuka ulungiselela ukuya emsebenzini. “ayybo! ayb! kanti ?lezingani azazi ukuthi kusile anivuke Nina nizoze nibe late esikoleni.
UTHOBEKA: eyy mah uhlezi uthetha sesivukile futhi namuhla imina ozoqala ukugeza ukuze ngizohambisana nonLondy umngani wami .
Wena (esho emkhomba) “UThobeka” ngakukhuza ngalomngani wakho onezindaba awulaleli?awuthathe amanzi ugeze kungaze kubelate, futhi angifuni nihambe nondwa kufreeway akuphephile neze nenkunzi iyabanjwa laphana njengoba ningama ntombazane nje.