Isebusuku 22:00 umama ulele nezingane zakhe.Bezwe kukhala isicamba bha! Bha! Kuyazwela phela indlu kathayela yebo!yebo ubani loyo? Ubuza ngokusaba .

aybo! Maka mfana imina ugogo wakaboy aybo! “NGizwakuthiwa ufuna indawo awusangitsheli ngani ngoba phela nami ngiyayifuna indawo ” .

ayybo ayb kanj ngoba phela wena unomuzi wakho nje futhi mkhulu uqashise nokuqashisa.

Aybo “(ehleka sakubumba)” akumuzi nje leyanto, futhi ngizwa kuthiwa laphana ngenzani kwaku FREE WAY abantu bayakha izindlu singavuka siyobheka khona.

Cha! Lendawo nj ayikho emthethweni futhi basengabhidlizela nj izindlu zabo!, kungani vele sungikhathalela kangaka ?

MAKA MFANA nginozwelo mina futhi nani seqashe iskhathi eside lapha manj ngibuhlungu kodwa mese uyobona ikhansela ungitshele ngikuphelezele ngingakujabulela.

Aww nanini nj wena ufuna ukungisiza ngoba uhlezi ungigxeka uthi ngumfazi ohambe EQASHA! manj sekunguwe ofuna ukungisiza?kodwa akunankinga ngizokutshela.

Ngicela ukulala manj gogo ngiyavuka kusasa.

okay ntombi ungalala akunankinga kodwa ungakhohlwa boo.

Avale isicabha!! ” BHA!!

UAYANDA no THOBEKA “sebehlahle amehlo aybo mama kanti unjani logogo ubengasikhulumisi nje ngoba wakubona uthenge ifridge wathi” NGABE LEYOMALI WAKHA NGAYO” kwaphela izingane engasikhulumisi,sekunguyena futhi osezalana ayy Cha shm.

SIZOBONA ngempela ngoba nj manj ngeke sidlale yena nalamakati akhe ahlezi emlandela sikhathele ilabantu bama RDP abazenza gcono ngathi.