Yisekusenu umama ulungiselela izingane zakhe wathi angaqeda wabe esefonela emsebenzini esho kuthi akaphilile ucela ukufika kusasa.

Wathi eqeda kukhuluma nocingo wabe eselibhekise ekhanseleni akuphelanga namizuzu emingaki wafika khona walifica kanti nalo bese lithi liyahamba.

Aw!!! uyazi besengithi ngiyahamba cc kodwa asikhulume Lana ngoba vele akukuningi engizokusho.

So izolo imeeting ihambe kahle zikhona indawo ezivuliwe ngizocela imininigwane yakho ngiyibhale manj Lana ebhukwini Wena uwi no50 kubantu abazokwakha.uzisize washeshe wafika ngoba mina besengithi ngiyahamba.

Ngiyabonga shembe ,ngiyabonga ngonyama yezulu kuciphiza izinyembezi .kodwa cc kuzomele usheshe ulungise izinto zokwakha kungaze kuphele indawo nami layikhaya bakho Othayela akade babakhe umfana wami ngingakunika kodwa ngizothi ngikudayisele ngoba banomona nabo.

Aww nakunankinga ngiyabonga kakhulu mnumzane.

Yisekuseni umama kaThobeka uyahamba uyocela abafana bakamakhelwani ukuthi bamugundeli isiza bese beyamakhela.

SANIBONA ngicela usizolwenu.

UKHALANGANI MA OLADY?

NGIDINGA NINGIGUNDELE ISIZE EBESE NINGAKHELA UMJONDOLO NGIZOKHOKHA MESE NIQEDILE.

AW INTO ENCANE LENA MAOLADY SIZOQALA KWANAMUHLANJE NGOBA VELE ASIBUSY NGALUTHO.

Ngu16:30 UAYANDA uphuma kwi study group uzizwa nj ekhathele.

Athi uyaqhamuka ubona UCC WAkhe ,Kanye nomama wakhe becula nj bejabule aybo mah kwenzenjani !?(lenjabulo akayijwayele ngoba bahlezi bebizwa ngeziqashi endaweni).

MTANAMI unkulunkulu ukhona kusasa nj siyakwami aybo! mah uqinisile yebo mtanami.

Baqhubeke nengoma “JEHOVA WAMI UYAZIPHOXA IZITHA ZAMI ,YEYII!! UVELE UNGIPHAKAMISE ZISATHI ZIYAHLEKA JEHOVA WAMI UYAZIPHOXA ZITHA ZAMI.