NGULWESIHLANU Emzini wakwa Mthiyane omuhle bahlezi ngokujabula.

AYANDA :MAMA kodwa uyabona ukuthi icebo Lami lasiza kanjani buka manj sesijabulile ,nami esikoleni sengizo focus kahle kwazise phela senginekhaya futhi angeke ngisabizwa ngengane YESIQASHI.

Mina leyonto ibingiphatha kabii ngingakhona nokukhuluma ngoba ngazi ukuthi ukuzophatheka kabii.

Mtanami ngiyabonga uyidlalile indima Mfanawami into eyahlula uyihlo.

SEKUPHELE UNYAKA UMNDENI WAKA MTHIYANE UHLALA ESYANDA NO AYANDA USEQEDILE ESIKOLENI ,WATHOLA UMSEBENZI EGOLI .

UAYANDA UFONELA UMAMA WAkHE : RING! RING! HELLO Mam yazi bengicabanga lana ukuthi kumele ngiyakhe kabusha indlu ngezitina ,Phela manj ngiyasebenza kumele kubonakale nawe futhi uyagula manj kuzomele uyeke UMSEBENZI mina ngizokwenza konke Wena nje uzidlele impesheni.

:MTANAMI Ngingajabula kakhulu khehla ngizotshela no cc wakho mebuya eStudy ngalendaba ejabulisayo.

KULUNGILE mamah ngisayosebenza nibe nosulu oluhle.

NGIYABONGA KHEHLA BYE.!