UAYANDA UKHULUMA NOMAWAKHE ENDLELENI :UYAZI mAh bengicabanga ukuthi kumele siyekhanseleni socela usizo. Mina sengikhathele ukuhambe ngiqasha.Futhi nalempilo yokuqasha yimbi ngoba abanye omastade abazifuni izingane zabafana mina kuyangihlukumeza lokho emphefumulweni futh manj sengizoqeda nasesikoleni.

Mtanami isu elihle lelo kodwa kuzomele sikhulume endlini ngoba manj ngiyemsebenzini awubuke nodadewenu lapha phambili.

Ayy myeke mah loyo ,avephapha mese ebona uLondy umngani wakhe yingakho nj ngingafuni ukuhambisana Naye. Bye mAh sengizohamba Lana mina ngase Newlands East ngoba iyashesha lendlela yaka Rasta.

Kusemsebenzini endaweni yase Milarina umama kaThobeka lapho esebenza khona njengo msebenzi wasendlin (domestic work)uyathatha uyabeka inkulumo ebishiwo umfana wakhe.

“Uyazi uAyanda uqinisile kumele ngizame ngempela ukukhuluma nalekhansela kodwa komele ngiqale kwikomidi ngizothini kodwa mebenqaba ngoba ave benomona abantu baleyandawo kodwa ngizobe ngenzela izingane zami” kunini sihambe siqasha futhi nalomama uthe usinika 3months manj ufuna ukubhidliza lendlu esihlala kuyi ayakhe kabusha eyy kunzima”.

Izingane zami zikhule kanzima siqasha, namanj kusenjalo no baba wazo lokhe waba nenye ingane akazinaki ezami kodwa akunani ngoba sekwadlula iminyaka ewu(15)ethule buka nje usemdala kanjani umtanami .

UAYANDA uyamdinga uyise kodwa kugcono ngoba ngikhona njengo mama wabo. “(Aybo shembe sengicishe ngashisa ishethi lamedem)”I

Impilo inzima langaphandle Kona thina esingama “single parent (zabe zehla izinyembezi).kumama ka AYANDA.