UMbali sekusondele ukuba ashade noManqoba, indodana yeNkosi, kodwa lokhu kusho ukuthi kufanele ashiye udadewabo emzini kaMaKheswa, umalumekazi wabo onesihluku kakhulu. Futhi uMbali usengcupheni yokuvelelwa yingozi endaweni yaseBhamshela ngoba phela bonke omama bendawo basifunela amadodakazi abo lesi sikhundla azosithola, isikhundla sokushada neNkosana…
Le ndaba iyatholakala ngesiNgisi la