UBhekani uyahluleka ukuthi ‘cha’ kunoma yimuphi umuntu oyisihlobo sakhe. Kodwa ke vele uzophika kanjani uma izihlobo zicela usizo lwemali ngoba uyena uqobo lwakhe owathembisa ukuthi ozozinakekela njalo. Kodwa nakhu esezithola esobishini lezikweletu ngenxa yakho lokhu ukuthanda ukusiza izihlobo. Nakhu nonkosikazi wakhe eseqala ukukuzwela ukuthanda ukusiza izihlobo kwakhe. Ukhungwa usizi uBhekani, futhi aqale ukulahla ithemba ngoba ulokhu engena kancane kancane kwezinye izikweletu… engabe kuzogcina kunjani empilweni yakhe?
You can also read this story in English – Drowning in Sorrow