Ukuphila kunzima kuBabalwa, kuXola, nakuThandi ingane kaXola, ngemva kokushona kukamama wabo. UBabalwa uzizwa ecindezelekile ukuthi ayeke isikole futhi ahole imali. Kusenjalo nje kuvela ithuba lomsebenzi: wokunakekela izingane oholela kahle ngempela phakathi nesikhathi samaholidi. UBabalwa usho uyawugxumela lo msebenzi, eshaya indiva izimpawu zesexwayiso…
This story is also available in English: Lamb to the Slaughter