Noma kunje ngiyohlala ngikukhonza
Noma kunje ngiyohlala ngikudumisa
Noma usathane esehlasela ngiyohlala
Ngikukhonza .
Noma izivunguvungu Jesu wami
Zihlasela angeke ngiyeke ukukukhonza.
Noma usathane ehlasela ngiyohlala
Ngikukhonza.
Noma izivunguvungu Jesu wami
Zihlasela angeke ngiyeke ukukukhonza.
Noma kunje ngiyohlala ngikukhonza
Noma kunje Jesu wami ngiyohlala
Ngikukhonza.
Noma kunje soze ngayeka ukuthandaza.
Noma kunje izivunguvungu zihlasela
Jesu wami soze ngayeka ukuthandaza.
Noma kunjena ngiyohlala ngithandaza.
Noma kunjena ngiyohlala ngikudumisa.
Noma kunjena ngiyohlala nawe
Jesu wami.
Noma kunjena Nkosi yami ngiyohlala
Ngikudumisa.
Noma kunjena usathane elinga impilo
Yami soze ngisuke eduze nawe Jesu wami
ngeke ngisuke eduze kwakho
mina ngiyohlala ngikudumisa .
Noma kunjena.
Noma emhlabeni kunjena
amakholwa ehlaselwa .
Noma kunjena emhlabeni soze ngiyeke
Ukuthandaza .
Noma kunjena ngiyohlala ngithandaza
Jesu ngohlala nawe
Noma kunje
Ngiyokukhonza Jesu .
Ibhalwe ngu sonto Anna hlophe.