NginguMaNjomane

Into ethi uma inyathela kunyakaze umhlaba

Indoni yamanzi uqobo lwayo

Ngiyaziqhenya ngalokhu engiyikho futhi angikugqizi qakala ngalokhu abakushoyo ngami okubi

Mina owase Langeni

UMaMgabhi

Magwaza

NgingumZulu

Ngizalwa intokazi yakwa Sotobe

Ubaba wami yena engu Njomane kaMgabhi

Ngiyintombi ezigqajayo ngobuyona

Engikushoyo nje imina lo uMaNjomane kaMgabhi

💖💖💗💓💓💗