Ngikhuluma ngomama owayenalo ithuba lokunglahla , after giving birth to me. Banengi abafisa lemizwa , lothando nemfuthumalo esilithola ebazalini , Umama. She had the chance to terminate me when she was pregnant but she did not , that alone proved to me ukuthi Leli imama liyangthanda.

Noma impilo ingahamba nawe ukukhohlise, kusobala ukuthi uyohlangana nabantu abazomilisa inzondo betwen mother and child , kodwa mina ufakazi ophilayo ngizokutjela ukuthi alikho elinye imama eliyokuthanda ukudlula leli elikutetile.

Imama lam supported me , wangithwala ngisho noma nami ngikwazi ukuyithwala. Akazange angshiye wakhumbulo lobabhlungu abuzwa when she gave birth to me . Lami imama always has a plan ukuthi kusasa ingane yami iyodlani. Impela ngiyabhala, ngiyahaya ngothando neenkinga zalo kodwa namhlanje ngithe angthathe lethube ngiveze ukuthi leli imama ngizizwa kanjani ngalo. They often in short say “You are my role model,” because if you were not, namhlanje i would be six feet under ngoba ngihlulwe ukumelana nenkinga.

Ngyabonga maWam.

Imama lami.

Thank you mama.