Halala Zimbali zezizwe

Halala ziqalabutho zomzabalazo

Halala makhosikazi aseAfrica

Ngisho kuwe Lillian Ngoyi

Ngisho kuwe Dorothy Nyembe

Ngisho kuwe Albertina Sisulu

Ngisho kuwe Loranter Ngcobo

Ngisho kini nonke makhosikazi aseAfrica

Nayibabha ishisa makhosikazi aseAfrica

Nashiya imizi yenu nagodla izingane zenu.

Nibhekise amabobho kwezi kulu izidonga ePitoli

Izidonga ezazicinasele ukucasa, ukucasa owakhipha inyumbazane

Basibiza izibhokodo ngoba salwelwa isizwe sethu iAfrica.

Ngiyabo ga ngokungipha indlebe

Bengiqala ukubhala inkondlo bengicela ukubuza ukuthi ibijani inkondlo yami