Kanti yini ngawe?

Kanti lenzeni izwe okungaka?

Usiqobaqobile wasishiya kukhalwa

 

Imihla namalanga uwena

Alishoni ungakafiki kweminye imindeni

Ngiyakuzonda wekufa

Uliqedile izwe