Angikaze ngaluthola olunjena,

Angikaze ngathandwa ngalendlela,

Uthando enginalo ngawe luyamangaza,

Ube owokqala futhi ngifuna ube

Owokgcina empilweni yami.

Inhliziyo Yami ebiphukile

Ungipholisele yona,

Ungenze umuntu ebantwini,

Wangenza indoda phambi kwesizwe,

Savusa ikhaya lobabomkhulu sobabili,

Uthanda lwethu luvutha amalangabe,

Nomasixabana kodwa ngisakthanda wena,

Noma besxabanisa kodwa ngyakthand wena,

Bambo lwami,

Sthandwa sami,

Syofa silahlane wami,

Ngyakthand sthandwa sami,

DaliiY wami,

Sthandwa sami