Sonke sazalwa sikhala.

Lokho kwakuphawu lokuth impilo angeke ibelula.

Wonke umuntu unezimo zakhe adlule kuzo ezazingenza kuth agcine esey’thatha impilo yakhe.

Koda ngethemba nenhloso yokushintsha izimo zey’mpilo zethu sabekezela saze safika lasikhona manje, namanje akukho Lula Koda sisaphokophele phambili ngethemba loshintsho.

Noma ngabe isiphi lesimo obhekene naso njengamanje esikwenza ucabange izinto eziningi ezingalungile,Khumbula izimo osudlule kuzo,amaphupho onawo ngethemba uzodlula ng’thembe

Sazalwa sikhala, koda lezonyembezi zisulwa I themba.