Uze ungixolele 💔ðŸ˜
Akukho lula ukudlulisa uthando obukadu umthand ngoba engasakuthandisisi😓
Bekingasiyo inhloso yam
ukukuphula inhliziyo kodwa kuphele Yona imizwa yokuthanda
Kuphele Lona uthando
Ngiyazi kubuhlungu kuyezwela , inhliziyo yakho iyathatha iyabeka
Abaningi bathi ngidlale ngawe ,ingoba bengalazi lqiniso nokusemqoka okungenze ngabon kungcono ngikushiye
Ngisaphinda bengikuthanda kodwa wena wabona kunganele lokho.
Belunganele uthando lwam nna kuwe? ,beyinganele indlela engikuthanda ngayo nengikuphatha ngayo
Cela ningifundise ukuthanda nokuthandwa.ubathanda kanjan abantu ababili ekuben unenhliziyo eyodwa
Uyiphulile inhliziyo yam😌
Isale nesilonda esingasaze saphola.
Yingakho ngibone kungcono ngikushiye uqhubeke nothandoweyo wakho🤕
Cha Mina sengicela ukuxolisaðŸ˜ðŸ˜¶ðŸ¥º