Gijima nkondlo!

Utjele isthandwa sami kuthi sikhumbule!

Kuthi mina naye, sidalelwene.

Akekho omunye, ngi funa wena wedwa.

Ngi thanda wena ku phela.

Uthando lwami ngi cela ukul’ phonsa kuwe!

Gijima nkondlo, mtjele ezwe!

Ngiya cela, ibayi ngoma ezindlebeni zakhe!

Umtjele ezwe kuthi.

Ngaphandle kwakhe, impilo izoba nzima.

Izoba nzima, ngiya saba uku bona!

Ngizi bone ngi phila impilo yami, ungekho eduze kwami.

Buhlungubuni engizobuzwa, wena ungekho empilweni yami!?

Ngizo khala kanjani?

Gijima nkondlo ka Guluva!

Akalele uGuluva, phans’ phezulu.

Ngimatasa, ngi funuk’ thumelu Malume!

Mina nawe sakhe umuzi.

Sihlukaniswe ukufa.