Laphinda laphuma ilingaa lasiveza obala. Ukuhluleka izolo akusho ukuthi usangahluleka na ksasa. Lala uzamile kungenzeka ksasa uvukee sekulungile.Ikhotha eyikhothayo kubamba ezingelayo. Konke kulele kuwe mawunganyakazi wena akekho ozokuvusaa. nikhumbule Akukho nsimba yazuza ibuzi.
Inkinga yenuu nibona seku late ukuthi umuntu uyakhula. Kwakumelee konke lokho nikubone nisakhulaa mhlazane abazali bethi ukuzala ukuzelulaa. Kodwa impilo imnandii mawusaphefumula ngoba konkee okufisayoo kusangalunga. Ngobaa Nakho ukuthi indlela ebuzwa kwabaphambili sekwaba iphutha. Abayilee phambili abaficanga muntu ngaphandle kwendlu emnyama edlelana umona. Ngenelela smakade ngoba abaningii amakholwaa. Yehlisani umoya niyike pride nizobonaa. Azibuyelee emasisweni ngoba akusoze kwanisiza. Ukondlela impuku eweni. Konisizaa ukujikela eshobeni ngoba lempilo enifisayo izoniholela ekufeni.
MB lembethe