Ngiphukil’ ngiyivasi esanda kuwa
Angaz noma ngisho kahle mangithi
ngiphulwe ikho ukuthemba
wonke umuntu themba lam sondela
ksasa lam iza phela sengizwile
Ngizwe khona ukujabula,inhliziyo ephukile,ukuphoxeka ngingakbala
ngize ngome angisakwaz ngisho
ukuzilungisa sengizwile mina
°Broken me
Mina liyofika nini ithuba lam
nomndeni wam sithole injabulo
kuyoba inini sikhala
mna angisathandi manje