Baningi bawalahlile amathawula besiphethe iskhiye sempumelelo. Bahlulwa igama elithi ukubekezela ngenxa yokujaha impilo esheshayo. Yebo wehlulekile izolo kodwa kusasa vuka uyozama.

Ukubekezela kuzala impumelelo. isikhiye sempumelelo sisezandleni zakho.vuka uyofunda. Ngoba kwabakwenu uyisibani esizoletha ukukhanya kwelokhokho.Ithemba labazali lilelekuwe. Bazamile abathakathi kodwa behlulekile.Ithemba ngilokhu ngilibeke kumdali.

Ngiyaya kwanompumelelo.

Umuphefumulo womuntu awukaz waba impumelelo.

Yekani ukuganga!

Yebo wehlulekile izolo kodwa kusasa vuka uyozama. Baqinisile mabethiY kubamnyama kakhulu masekuzokhanya ngoba impumelelo iyasetshenzelwa.