Kunzima kulomhlaba esiphila kuwona umuntu sewaboshelwa into angayenzanga.

Sekwaba khona ubuchule obupusile kodwa obungena

Siqiniseko sokuba ngabe unecala Na? kodwa jele yazi ukube izondonga zakho zyakhuluma ngabe zyasho kuthi Lona enimvalela Lana akanacala.ngoba sekwaphenduka yonkinto kulomhlaba ngisho Abantu imbala abasena nembeza Yazi kubuhlungu ukufela icala ongalazi.

hawu kodwa nhliziyoyami Yaz bengancono nokuthi ngiboshelwe lo engimthandayo ngenhliziyo yam ngoba ubufakazi ngingabuthola Kanti nawe mthandi wenhliziyo yami ungangifakazela ngisho nezenzo zami imbala zingachaza kabanzi.

hhawuuuu kodwa sdumbu ndini nawe wathula wathi duuu ulazi iqiniso Kanti umazi nombulali wakho …….ngaze ngathwala kanzima emhlabeni.

ukube umuntu uyavuswa ngabe ngyakuvusa manje ngithi khipha okubulele yazi ncono nenhliziyo yami mengase kuthiwa ayikhombe emthandayo angavela abe sobala kodwa wena sdumbu uyabonakala uhlulwa kukhipha umbulali wakho kodwa inhliziyo yami ingaphakathi ayibonakali kodwa ingaba nabo ubufakazi bokuthi iyamthanda othandiweyo wayo.IQNISO ALIKHO EMHLABENI