Yaz ukpgoxa umzali akusona isifiso sam nje ,… Ngoba ngyabona ukth nje ngeke besangthemba ngalutho nje la emhlabeni

Hhe loluya suku engathola ngalo ifoni angisalithandi ngoba lang nika inkinga kodwa ngyathemba ukuthi ngeke ngimoshe ubudlelwane bami nabazali bami nje

Ngathi ngyabona ubaba esebheke phansi eth” mtanami kodwa wawenzani?”

Lolosuku angilufisi nhlobo , nakancane ngoba gyobe ngimphulile nje . Yaz kwesinye isilhathi ngyaye ngingabaze ukumyshela izinto bona beno ma kdwa. besw ngizizwa sengathi nginezimfihli ezingi nje abangazazi ngami 😭😭🥺

Kodwa one of these days ngyobatshela…

Ngoba ngifuna ukuba othembekile kubo🥰🥰🥺😭