UMandla wangena ejele eyisigebengu soqobo. Kusala kancane ukuba ajoyine iqembu lasejele lezigebengu elibizwa ngokuthi ama 27 ngesikhathi eboshiwe. Uphuma ejele eseyiguqulile impilo yakhe ngenxa kaGugu nendodana kaGugu eneminyaka eyisithupha, uLihle. UGugu uyaziqhenya ngendlela uMandla aseyiguqule ngayo impilo yakhe selokhu aqala ukumuvakashela ejele. Kodwa ibekeka engcupheni impilo entsha kaMandla noGugu ngesikhathi uMandla ehlangangana ngezamabhizinisi nabantu ayeboshwe nabo ā¦
This story is also available in English: Double-cross