Ngiyakucela mzalwane phuma esonweni
Baleka ngezinyawo zombili
Yithi galo yephuka
Baleka ungabheki emuva
Ngokuba uNkulunkulu uyakukushiya uma
Usulandela isitha usathane
Uma ushiywe nguThixo kuyacaca
Uphenduka into edabukisayo
Ngokuba izwi lakhe lingukuphila
Isono singukufa