Zithi izingane sicela ukuziphundulela manjee kahle kahle thina ukuphefumula sakugcinaa sisahlezi eziswini zabazali .thina asilithongaa ithuba lokuphila emhlabeni .sabona kusa early .. abethu abazali bebesithwelee koda bebengapheli ematshwaleni ..bebethi mabexabeni nobaba bethu bahambe bayoshisa izibindii bakhohlwe ukuthi lobotshwala kuyafika nakuthina eyiswini koda baqhubeke bakuphuzele emoneni..thina ukuhambaa emhlabathini azikwazi
Abethu abazali basikhulelwa mabeqeda basihushulaa sahamba namanzi

Okusiphatha kabi kakhulu ukuthi noma senisihushulile anisinzelile. bazali anisasiboni.. angithi senihamba izinkonzo ezinkulu ezikholelwa ukuthi umuntu mefika ngephupho useyidimoni. Sinenzenii . senikwazi ukuphika thina nikholwe okushiwo ezinkonzweni ..bekumele nisiyeke sikhulee.. besonisiza noma obaba sebenishaya koda nikhethe ukusikhipha sisamahlule .
Imzimba yethu ithulee imimoya yethu iyehla eyenyuka phela anislandile enikwaziyo ukusibulala nisifake emanzini niphuziselani abantu amanzi angcolile.. bazali nisibulalile