Sanele: MAMA (KAZINHLE) uyazi bengilokhe ngibuza umawami ukuthi kungani njalo ubaba mefikile angafuni ngizomvakashela KWAKHE kodwa manj sengibonile ngiyajabula ngifisa ngisho nokulala ubusuku banamuhla.

Akunankinga ungalala boy.

(Kusejele uNdlovu usezace uwuthingo uhlezi eshawa angithi akanamali ngisho befuna ugwayi akawutholi)”.

uyazi ngiyazisola (kusho uNdlovu).Ukube ngaba ubaba olungile kuzinhle Kanye no Nina ngabe angikho Lana. Ubaba wami wangimosha ngokuhlukumeza umama wami ngibuka yiyona lento ebingenza ngihlukumeze UMNDENI WAMI bengikhipha lento engaphaakathi kimi.

KUKHALE IGATE WEE NDLOVU BHEKEZAKHE UNESIVAKASHI.

SAWUBONA BABA KUBINGELELA UMANDLOVU UMAKA ZINHLE. Ngilapha nje ngithi ngizokutshela ukuthi ngilisulile icala uzophuma lapha ejele .

Ngiyabonga kakhulu ngiyaxolisa nangezenzo zami ngicela uxolo.

Akunankinga baba kodwa uzophuma uyekhwakho ,thina sesathenga UMUZI enanda besekuthi lowamjomdolo engawakha besesiqashisa ngawo but ngikhulumile nezingane bathi uzohlala kuwo futhi bayakuxolela ngezenzo zakho .

Ngiyabonga Mama kazinhle ngisifundile nami isifundo “ANGEKE NGIPHINDE NGIBEKE UMUNTU WESIFAZANE ISANDLA OKUNALOKO NGINGAHLALA PHANSI NGIKHUME NAYE SILUNGISE IPHUTHA.