Uyavuka uSanele alibangise ethekwini uphethe isithombe sazinhle asithatha ku Facebook uhambe ebuza akayazi nalendawo phela ujwayele isiphithiphithi saseGoli.

Umisa imoto eceleni komgwaqo adilike abuze kubantu abadayisayo esmgwaqeni.

SANIBONANI BO MAMA mina ngingu Sanele ingane ka BHEKEZAKHE NDLOVU ngihambe ngifuna lentokazi egamalayo Ngu Zinhle.

Ayybo ngumakhelwane wamii loyo mina ngingu maSithole ngizokukhombisa mfana wami.

BAGIBELE EMOTWENI BAHAMBE.

(UMASITHOLE ULOKHE EQalaza emotweni yinhle nalemoto mfana wami yoo yini igamalayo?)

I Mercedes Benz Mam.

Yoo!! cha yinhl’ (akabange esayiqedela inkulumo yakhe uMasithole ) aw nanguYa uZinhle nguye loyana ophethe “isikhwama esimnyama” uphuma esikoleni

Ay’bo!! Kanti intombi endalakanj Awuthi ngimise imoto EDUZE KWAKHE.

AMISE IMOTO USANELE BESE EYAPHUMA EMEMEZE UZINHLE.

Zinhle! zinhle!?

Aphenduke uzinhle abuke emuva “ay’bo ubani Lona ngabe ungazelaphi mhlampe ilothisha ekuthiwe uzofika esikoleni (uyazibuza uyaziphendula uzinhle).AVume ngesikade Yebo!?

Awusondele ngapha cc ngiyakucela?

Ay’bo ufuna ukungenzani angikhulumi mina nabantu engingabazi mhlampe nje ufuna ukungitshotsha.

KUVELE KUDILIKE UMASITHOLE EMOTWENI: AYIBO ntombii woza kuphephile.

Eze uZinhle kodwa unokusaba.

“Sanibona maH kusho uzinhle.

uSanele uthulile akazi uzoqalangakuphi ey’y Zinhle ngisacela ungene motweni ungitshengise ekhaya.

Akupheli sikhathi bafike ka Ndlovu “Nakhu ekhaya Nangu no Mama lapha kulayini uyaneka .

Umama ka zinhle uyeke ukuneka ngoba ebona uzinhle ehamba NoMfana ofana nse noNdlovu .

Ay’bo jesu ngiyalingwa yini!! Waze wafana no baba walayikhaya Wemfana uwubani Wena?

Uzinhle usehlahle amehlo phela yena ubengayiboni lento eshiwo unina.

Sawubona Mama ngingu Sanele igama Lami ngize lapha ngoba ngizofuna ukuzonibona bengingazi lutho mayelana nani mina uBaba wangitshela ukuthi Wena uwudadewabo wathi uZinhle ingane kadadewabo. Mina ngize lapha ukuzo cela uxolo nayi nemali ngicela nibambe ukuze nizolungisa UMUZI wenu nami ningamukele maH.

Mtanami awenzanga lutho uyihlo owaba nobuqhophololo mina ngiyakwamukela mfana lapha ekhaya.

Nami bhuti wami ngiyajabula ukukwazi (bahagana).