Nam ngyafisa ukuth

Ngelinye ilanga ngibe

Nomngani ofana noZyanda

Ngyazi abaningi bahlezi bezibuza

Beziphendula ukuthi indaba

Ngimuthande kangaka uZyanda

Ingoba ke uZyanda uthando

Nemfudumalo owenginika yona

Ibingaphezu kwamadla ami

Futhi angikaze ngayithola komunye umuntu

Lemfudumalo yakhe

Zyanda cela wazi ukuth ngyakuthanda

Kakhulu futhi

Abanye bahlezi bethi mina

Ngenziwa uthando lwenye into

Kodwa mina ngaphakathi ngyaz

Ukuthi ingoba loluthando

ludlula ngisho enginalo ngosisi wam

Izimvula zisinethile , nelanga lasishisa

Kodwa wena ubuhlezi useduze kwam

Ay ngoba nakhu ngifuna ukukuphula

Inhliziyo cha nje ingoba

Ngifuna ukukubonisa uthando kuphela