Sabanu sabu kwenzo kwakho, sabu kuthi thina sizok’ hleka?

Sabu kuphili mpilo yakho nge ndlela yakho?

Sabu kuzi busa wena, sabu kuphumelela, sabu kuphume nhluphekweni?

Kuyoze kube nini wenu saba?

Ngoba kule mpilo siphila kayi 1, soze siphinde sibe khona futhi.

Ma uhlulwa uku fezo kwakho la usa phila, alisekhwe linyi thuba ngale kwe thuna.

Lempi ngeya la emhlabeni, yilwe khona la, ayifuna magwala

Ayifuni weno sabayo, impilo idinga bantwa ba ngewona magwala.

Le mpilo ifuna abantu abayaziyo kuthi bafunani, abantu abayi sebenzelayo leyo abayi funayo.

Thina silwa noma seku nzima, aku lula, kodwa phambili siyaya.

Sesi ngamane sivinjwe yikhu kufa, kodwa lento thina sphilelaya yona.

Sphilelu kuzenzeli njabulo, ubugwala busisebenzelanga.

Ubugwala buyisani ndawo, njalu yohlezu gida skhundla sinye ngo kusaba.

Ukusabu kwenza lokho ku zele kulo mhlaba, akunikani njabulo.

Pheli njabulo siyi thola kukho lokhu esiku philelayo.

Noma benga khulumo kubi ngathi, kodo kuhle sihlezi sijabulile thina.

Ngoba asika naki kutha bantu bathini ngathi, sinake lokhu kwethwe sikwenzayo.

Mihla yonke, sivuka ngothando, senze khona kanye lokhu esikuthandayo.

www.about.me/tekloduma

𝗩𝕦𝘂𝗨𝕌𝗨𝕙! ℕ𝗴𝕠 𝗧𝕙𝗮𝕟𝗱𝕠! ♥️💯