Impilo ayikho Lula ngaphandle kwakho
Sengafeza konke empilweni Yami 
Ngisho namaphupho Ami  
Sengiswela lona ithuba lokuba nami ngazane no babami 
Usheshe wa lala baba
Ubaba Kimi sekwaba igama nje ngokwe Moya ngoba ngokwenyama sewa lala
Bengisa cela ithuba ngikwazi kancono
Vuka baba ngisakudinga