Ngangino baba,

Owayengithanda,

Ngentliziyo yakhe yonke.

Kwashintsha lokho,

Kwaphenduka inzondo ,

Eyangibulala mihla yonke.

Wayengi dlwengula,

Engishaya,

Sengakhetha,

Ukuzibulala