UKUBEKEZELA

Kuningi ngikuzuza ngenxa yakho.

Baningi bengakushayi ndiva kanti nguwe kuphela owenza sikuzuze’sikusebenzele inyanga yonke okanye iminyaka eminingi.

Sinabantwana ngenxa yakho engani sabekezela eziyisishiyaga lolunye izinganya lezi, ukuze sigcine sibagonile abethu abantwana.

Sineziqu ngenxa yakho, yebo safunda iminyaka eminingi sahlala salindi’mphumela sesifunde eside iskhathi singazi noma siphumelele yini.

Ukubekezela kudala enkulu impumelelo.

Asiqhubeke silinde, sibekezele hleze kukhona okuhle esingakuzuza.

IBHALWE UMAKHOSI SHWALA