Awukaze ube iphutha empilweni yami
Angizange ngifikelwe umcabango
Wokukulahla,wokukukhipha .
Izinyanga eziyisishangalolunye
Bezizima kwenyukela,
Kubuhlungu ngiphuka
Inhliziyo mihla namalanga,
Ngigula nsuku zonkee,
Ngibizwa ngamagama
Nondaba zabantu bengihleba
Kodwa azange ngicabange
Ukwenza okubi kuwe
Ngikuthandile salwakha
Uthando ,ube isibusiso,
Waphinde waba isifundo
Kweyami impilo
Ungangiphoxi sana lwami
Ngikuthanda into engacazeki.

Sana lwami

Awukaze ube iphutha empilweni yami
Angizange ngifikelwe umcabango
Wokukulahla,wokukukhipha .
Izinyanga eziyisishangalolunye
Bezizima kwenyukela,
Kubuhlungu ngiphuka
Inhliziyo mihla namalanga,
Ngigula nsuku zonkee,
Ngibizwa ngamagama
Nondaba zabantu bengihleba
Kodwa azange ngicabange
Ukwenza okubi kuwe
Ngikuthandile salwakha
Uthando ,ube isibusiso,
Waphinde waba isifundo
Kweyami impilo
Ungangiphoxi sana lwami
Ngikuthanda into engacazeki.