Mama ngibong’ ukuba isiban’ es’ngacimi empilweni yami,

Ubile ukukhanya ngezikhathi zobumnyama.

Awuzange wangilahla lapho impilo ibukisa ngami.

Ubile nami kukona konke.

Wangithanda kunakho konke.

Wangikhetha kukho konke.

Ngabe ngiSelfish uma ngingasho ukuthi ‘ngyabonga’ mama.

Ngyabonga Khabazela.