Abazali bethu basenza sizizwe siyizihluleki
Abacabangi ukuthi amazwi abo abawashoyo anonya asiphatha kanjan thina
Abasikhuzi bayasihlulela
Abalungisi bayasifanisa, bayaqophanisa
Aba understandi basibona siyizahluleki
Imibono yethu ukudelela phambi kwabo
Izenzo zethu ziyiphutha phambi kwabo
Basitshela amagama ahlabayo njalo
Ukuthula kwethu ukunyaza phambi kwabo
Ukuphendula kwethu ukudelela
Ukube bayazi ukuthyy amazwi abo awazwisi ubuhlungu kphela kodwa futhi ayasibulala
Kepha kulungile ngoba phambi kwabo siyizihlaleki, samaphutha, siyiziqalekiso, samacilo
Iziyalelo zabazali bethu amagama enkohlakalo