Izinyembezi zam aziweli phansi ngoba langa linye ngiyozimela

Ngiyoba umuntu ebantwini

Ngiyosula izinyembezi

Ngoba ngyowumekela ukuthi ngiwenzile amaphutha futhi ngingazisoli

Amaphutha wam yiwowona angibeke la

Uyothula umoya wam

Ngiyokwehlela ngezansi ngikhumbula ukuba ngingubani

Nabazali ngiyobenzela ubomi obuncono

Ngifuna baz’ ukuthyy izinyembezi zabo aziweli phansi

Neziyalelo zabo ziyosebenzi phezu kwam

Kanye nala empilo enonya iyoba nesineke

Nonkulunkulu uyozizwa izikhalazo zabo

Izinyembezi zabo aziweli phansi mekisakhona min ngiyobenzela impilo encono

Nkosi uzube nam

Ngifeze amaphupho abazali

Ngibenze baziqhenye ngam

Izinyembezi zabazali bam ziyophenduka injabulo