IQINISO LIYELAPHA

Akesimelane neqiniso.

Akesilithande .

Inkohliso iyabulala.

Inkohliso idala ukungezwani.

Kodwa iqiniso lingephikiswe.

Thanda iqiniso ziqhelanise namanga

Ibhalwe uMakhosazane Ndwandwe Shwala