Basuke baqinisile abadala Uma bethi impilo inzima bakithi , sibona ngani ukuthi mpilo le inzima , sibona ngezehlakalo ezenzekayo langaphandle
Ukubulawa kwabesifazane nezingane
Ukukhulelwa kwezingane ezincane ezingaphansi kweminyaka engabalelwa kweyishumi .
Kuya kweyishumi nesishiyagalombili
Ukudayiswa kwezidakamizwa, kudayiselwa
Abantu abasha.
Ubugebengu
Izifo ezingapheli nezingalapheki
Kuningi engase ngikhulume ngakho pho ngingabala ngithini na
Impilo ayijwayeleki bakithi ikufundisa isifundo sokuba uyiqonde ukuthi injani.
Kafushane nje ikulungiselela ikusasa Lona naleli esingalazi ukuba linjani nakuthi lisiphatheleni.
Yingakho nje phila impilo yakho uzijabulise ngoba okwakusasa awukwazi ukuba kunjani