Umbuzo engizibuza wona
Imihla namalanga
Ukuthi kaze
Uyangithanda nah?
Uyayizwa lemizwa ejulile enginawo ngawe?
uthando lwami lwanele
Lulingene for mina
Nawe?
Noma yimina engizenza isilima
Engizikhohlisayo
Ngothando lwethu
Olwenza inhliziyo Yami
Igxumagxume uma ngizwa iphimbo lakho
Elihoshozelayo
Ingabe nawe uyayizwa lenjabulo
Lothando enginalo for wena uma ngikubona
Noma ngizichithela isikhathi Sam ngawe nah ?