IMBANGI YAM YEMINYAKA

Uthando olungalinganiseki namanje ngyababaza, ngibabaza uthando, nesineke anaso ngokucela uthando kimi. Akukholakali ilokhu aqala ukungeshela ngifunda ibanga lesikhombisa. Akaze ayeke ngisho eseqonywe enye intombi engangifunda nayo. Wayelokhu eshilo ngithandawena.

Nalapho sebeqomana ngokusemthethweni wayelokhu eshilo uDlamini ngifuna wena ngithandawena. Ngangihleka ngithi uyadlala ngizibuza ungthandakanjani ekubeni esekhona athandana naye?. Akaphela amandla ngasiqeda isikole ngaqoma enye insizwa ngathola umntwana, kanti naye vele useyizalisile intombi ebevele ethandanayo.

Akaphela’ngamandla wayingilandela ngisiphusha isisu asho khona kuthi eyakhe lengane esho singakaze sathintana nangeziphongo lezi. Namanje sineminyaka engaphezulu kwamashumi amabili nanhlanu sagcina nokuhlangana nje endleleni koda akayekile ukukngfone engtshela indlela azizwa ngayo ngami.

Kwazinombolo zocingo lwami usazazi ngekhanda aziphumi eqondweni yakhe. Uzimisele ngokuletha inkomo ekhaya ayi komunye umuzi.

IBHALWE UMAKHOSI SHWALA