Duduzani,

Nginje-nje kungenxa yakho,

Ungamkele ngezandla ezimhlophe

ezigcwele imfudumalo nothando.

Ngiqala ngifunda ukubhala wawula unami mihla yonke.

Ngingeke ngisakhohlwa othisha,

Nabo bangibonise uthando oluyisimanga.

Angisoze ngayikhohlwa i Duduzani primary

Ngabe ngathe iphutha ngempela,

Uma ngingakhohlwa wena Duduzani.