Babe mengiku thembile ukuthi awusoze wangiziswa lobuhlungu obungaka. Uyiphulile inhliziyo Yami .

 Uwaqendile amathemba ami okuthi ngiyophinde ngifune ukuthandwa ngabanye abantu. Usimoshile isikhathi sami.

 Imizwa yami yokuthi ngiyophinde ngiluthole uthando ayisekho uyiqendile . Angisoze ngaku xolela kodwa ungifundise isifundo sokuthi na ngelinye ilanga nginga batholi abafana nawe.