Uyangiphonisa ngizwe abakude

Unanethoshi elingikhanyiselayo

Ngibone indlela yonke

Bhompompo wami

Ukhala ngikuzwe akwenzeki ngingakuzwa

Lama phone afakalula kodwa wena

Bhompompo uwuphunyuka bemphethe

Ukhala kusho insini etekisini

Ujabulise abantu

Awushuthi

Awunama games skhathi sokudlala awunaso

Wawukodwa bhompompo wami

Uvele usho kakhulu umculo wakho

Okintanazanayo ivele isho insini ebantwini