Usuku olulandelayo.

Bhekani: Bafo !

Bhekizizwe: Mvelase !

Bhekani: Ngithi angithathe lelithuba ngixolise ngesimo sayizolo .

Bhekizizwe:Nami Ngiyaxolisa Bafo ngoba izolo akekho obelazi iqiniso , kodwa into engithokozisayo ukuthi uzoshada nentokazi oyithandayo nami engayithandayo.

Bhekani:Hayi ngiyakuzwa Mvelase , Qhudeni.

MaNkosi:Uhm.. Bafana ubaba wakho uyanibiza uthi nizobhala incwadi yamalobolo.

Bhekizizwe: Siyeza Ma.

Yaphela!!