Isemzini wa Luthando.

Luthando; Ngiyabonga Nomasonto ngokufika.

Nomasonto: Ngiyabonga nami ngokufika , Awusho Sikuphi isizathu sokungibiza Lana.

Luthando:Yazi Noma , Ngicabanga ukuthi nawe uyamdinga umuntu ozokunika uthando lolu odingayo.

Nomasonto:Ingabe lomuntu okhuluma ngaye uwena.

Luthando:Yebo!

Nomasonto:Ngingakunika ithuba kodwa izinto sizithathe kancane.

Luthando:, Ngiyabonga kodwa Wazi ukuthi lokhu angikwenzeli ukuzwisa uBafo ubuhlungu.

Nomasonto:Ngiyazi futhi ngiyakwethemba ukuthi uyiyona lendoda engiyidingayo.

kusukela ngalelo langa uNomasonto wakuthola ukujabula amazwi aphuma emlomeni wakhe ayethi “EKUGCINENI ngaluthola uthando lweqiniso” Impilo yashintsha kakhulu , emndenini wakwazi Ndlovu kwagcina kutholakele ukuthula .

YAPHELA!!