Nizobathanda kanjani abanye Uma izinhliziyo zenu zisafuna ezibashiye ngemuva.anoyivalisisa lemnyangoo eniphuma kuyo ngoba kulula ukubuyela kuyoo. Inking yeno ninokudinwa okwesikhashanaa. Nithatha iyinqumo, eningazicabanganga, nithanda abantu abanganithandanga, ngenxa yemizwa yenu eningayilawulangaa.
Inhliziyoke ifuna ekufunayo. Inkinga iyakudalela amacalaa ngoba ivele ifune lo okushayayo. Uthandoke kade labuna. Ngoba lolu nina eniliphilayo kade lahamba neyikhukhulaa. Tshenani laba abasakhula ukthi umuntu mumthanda akumele uze umthengele umhlabaa. Lokhu onako mekuthanda kuzomududuza othandweni sonke syazama.
yeka lusakhula . uthando belunemehlukoo .ngoba ubukwazi ukuthandaa umuntu ungabi namakhawulo Koda manje sekunzima ngoba uthando nilibhanqa nenkanukoo. Kuqala wawufela inkuleko nina nifela ezandleni zamadoda anganicabangelangaa. Ngoba uthando eseningena kulo lushiya umaka. Makungaphukanga inhliziyoo lushiya umtwana. Qaphelani izinqumo enithathayoo ngoba manizophika nabo labafana abanidlalayoo nizofela ubala.musani ukufuna ukufana nekhandlela. Koze Kube inini abafana benikhanyisa fundani ukuzimela. Ngoba kancane kancane niyaconsa niyaphela.