Kwakukhona intombazane eyayi nemnyaka ewu14 years eyahlangana nobhuti owayena19…………mmmmmmh niyazi ke Nani ukuthi mawuhlangana nomfana awubuzi ukuthi ngabe ukhona yin umuntu ojola naye uvel njeer uchazeke😍😍
Ayi abheke ubhuti udaba lwakhe…… ntombazane ena14 ichazeke ayi……ngimvumele uguy ukuthi cha nkos yam klungile singajola 🥰🥰💞🔥🔥ngoba cha shame naye ugal uyamthanda………uqhubeke umjolo ke indaba igcine isifike kaNtombazane ukuthi ayboooh nansi ingane ijola nobhuti omdala boooóh khuzani kungaze konakale🤔🤔lapho abezwa mshini shame phel uthando luyavutha okuWorse ubhuti kwakunyaka wakhe wokgcina eskolen.. Kubo 💵💵💸🛻🚗🚛🚙 konke lokhu kubuzwa k’bona.bakhuze ke kaGal ayi ugal akhezwa lutho 😂 😂 waphel unyaka wokqhala bejola kwaze kwafika iskhathi lapho khona ugal wathatha isnqumo sokuthi avele amnike phel inkomo kaMama 🤦🤦😱😱uvalo nokwesaba aye nalo eseqhedile ukumnika ngenxa yokuthi phel akazange asebenzise ijazi lomkhenyana nanokuthi angase azithole ese🤰🤰khulelwe phel………..ayi luqhubeke uthando nje ngenjwayelo alukho ushintsho seluvutha🔥🔥🔥 ngempela ke manjer ugal naye usaqhubeka nokfunda usefunda ugrade 10 ubhuti yen ushayela amaTaxi akubo…………..ugal basamkhuza ngomfana ukuthi Kant umyeka nin vel bahlanya kakhulu sebethole ukuthi usevele wamnika ubuntombi bakhe..
Umama wakhe wayenovalo ngendodakaz yakhe ukuthi angeke kuze kuphumelele konke umfana neskole akukhaze kuhlangane futhi angeke kulunge konke 🙏 🙏 ehlezi ethandaza umawakhe ecel enkosini ukuthi ayisuse phel idimoni elihlasele empilweni yengane yakhe……….Kodwa Kuba iyhlanga eyimuka nomoya kunokuthi kwehle kuyanda 🙆🙆kwathi ngolunye usuku ugal washesha ukbuya eskolen wadecider ukushaya ubhuti ngeSurprise amvakashele engashongo kyen ukuthi uyeza………..😊😊uthe mayefika endlini kuvaliwe aqoqoze lutho impendulo🤔🤔🤔kanjan manjer ngoba nansi nemoto emnyango ikhona ayiiiiii avele avule ugal angene amumemeze lutho impendulo iRadio isholo phezulu methi uya ekamelweni 🙆🙆🙈🙈😭😭😭nangu ubusy ubhuti noMunye uCc ayiiiiiiiii kushube kanjan manjer uban Lona kubuza ugal athi ubhuti ayi akumuntu (ngok’dinwa ) akumuntu kanjan……..😭😭😭APHENDULE uCc engimfice endlini “Mina ngumuntu wakhe” ngabe wen unguban?? 🙆🙆🤔😡APHENDULE ugal “uthi ungumuntu wakhe kanjan ngoba phel uthe ubhuti yen akanamuntu ???
Athi UCC ubedlala ngawe Mina naye saqhala ukjola sisafunda ndawonye nje ngoba ubona njer asikazi sihlukane 🙆😭🙈🤔shwele Jesu………. ubhuti lapho usethule akasakhulumi…….ugal avele ahambe..athi uyahamba amvimbe ubhuti “ngcel uhlale phansi sikhulume ” 🤔🤔 sikhulume ngani ngoba phel kshuthi wen ubungenza islima 😡😡Athi ubhuti “NGINTHANDA NOBABILI ANGEKE NGIKWAZ ukuhlukana Nani !!!!🤦🤦😀😀Kube ngathi uyahlanya ugal kanjani ngoba Mina ngsafunda iskole Nina nobabili seniqhedile into enjani leyo okuWorse niyalingana & Mina ngimncane 22years vs 17 years……..athi ubhuti kuzolunga uma Nani ningithanda kuzokwenzeka sizoba umndeni omuhle ohloniphanayo futhi….,……..ayi bavumelana bonke ke ukuthi ayiiiiiii impilo yesthembu siyayenza 🔥❤️💞🔥luvuthe ke uthando kwiRelationship ugal wesbili aqhede umatric aphase aphinde athole umntwana mese uCc no1 dololo ukmitha avele aphinde aphinde ugal no2 enye ingane ubhuti adecider ukuyovela kagal no1 kqhala 🐄🐄aphinde aye nakagal no2 🐄🐄kuthe sekushoda umshado ke manjer lutho still ukmitha ugal no1 avele aphinde futhi ugal no2 ilapho ke khona wathatha isnqumo ugal no1 ukuthi akavele aphindele kubo ngoba ayi cha umsebenzi wakhe awukho empilweni yalobhuti wasala ke kdw ugal no2
Baphila kamnandi ubhuti nogal no2 bawumndeni kdw wathembisa ubhuti ukuthi angeke aphinde ayenze impilo yesthembu ngoba cha shame ayikho Lula neze
🙏🙏🔥💞❤️